Wamukelekile

Yagcinwa ukuvuselelwa ngo-2003 August 11

OpenOffice.org 1.1 FundaMina

Ukuthola ukuvuselelwa okusha kuleli fayela lefunda mina, buka www.openoffice.org/welcome/readme.html

Msebenzisi Othandekayo

Leli fayela liqukethe ulwazi olubalulekile mayelana nalolu hlelo lwemisebenzi. Siza ufunde lolu lwazi ngokucophelela ngaphambi kokuqala umsebenzi.

Umphakathi we-OpenOffice.org, obhekene nokuthuthukiswa kwalomsebenzi,uthanda ukukumema ukuba uthathe iqhaza njengelunga lomphakathi. Njengomsebenzisi omusha ungabheka isiza se-OpenOffice.org esinolwaziolusizayo lomsebenzisi e www.openoffice.org/about_us/introduction.html Funda futhi leziqendu ezingezansi zokuthola ukujoyina umsebenzi we-OpenOffice.

Amapheshana Okufakwa

Izidingo Zesistimu:

Yazi: Siza uqaphele ukuthi amalungelo omphathi adingekayo kwinqubo yokufakwa.
Isaziso sabasebenzisi be-Windows 98 kuphela: Uma ukhetha ukufaka i-Java ngesikhathi sohlelo lwemisebenzi yokufakwa kwe-OpenOffice.org, umfaki uzocela ukuthi uuqale kabusha isistimu yakho. Kumele uzibe lo myalezo noma vula uhlelo lokufakwa kwe-OpenOffice.orgemuva kokuqala kabusha.

Ubunzima bokuqala i-OpenOffice.org (e.g. ukulengisa imiyalelo) kanye nezinkinga zokuvezwa kwesikrini zibangwa umshayeli wekhadi lemidwebo. Uma lezi nkinga zenzeka, siza uvuselele umshayeli wekhadi lakho lemidwebo noma zama ukusebenzisa umshayeli wemidwevbo othunyelwe kanye nesistimu yakho yokusebenzisa. Ubunzima obuvezwa ngamalunga angu-3D bungaxazululwa ngokukhubekisa ukhetho "Vula OpenGL" ngaphansi 'Amathuluzi - Izinketho - Umbukiso - Umbukiso ongu-3D'.

Ungafaka i-OpenOffice.org 1.1 ecaleni kwenguqulo endala ye-OpenOffice.org. Ungakhetha ngesikhathi esizayi ukukhipha inguqulo endala ye-OpenOffice.org, kumele ubize uhlelo lwemisebenzi lokufakwa kwenguqulo entsha ebese ukhetha 'Lungisa'. Lokhu kuqinisekisa ukuthi inguqulo entsha ibhaliswe ngokulungile kwisistimu yakho.
Siza wazi ukuthi ukukhipha kanye nokunamathisela ngokwedlulela phakathi kwe-OpenOffice.org 1.0 kanye ne-OpenOffice.org 1.1 kungase kungasebenzi kwisakhelo se-OpenOffice.org. Uma lokhu kwenzeka, khetha 'Lungisa - Ukunamathisela Okuyikhethelo' ebese ukhetha esinye isakhelo ngaphandle kwe-OpenOffice.org, noma vula ngokuqondile ushicilelo lwe-OpenOffice.org 1.1.

Siza uqiniseke ukuthi unenkumbulo eyanele ohlwini lwamafayela esikhashana kwisistimu yakho nokuthi amalungelo okufunda, okubhala kanye nokusebenza asenikeziwe. Vala zonke izinhlelo zemisebenzi ngaphambi kokuqala ukufakwa.

Ukufakwa koxhumano: Iphutha uma ubiza umqalisi osheshayo we-OpenOffice.org

Uma uqala isistimu, izinkinga kumele zenzeke ekubize Umqalisi osheshayo we-OpenOffice.org (e.g. isixhumanisi esingasebenzi), lokhu kungenxa yokuthi i-drive yoxhumano lapho ukufakwa koxhumano kukhon ayikabi khona.

Ezikhathini eziningi lokhu kwenzeka umangabe ama-drive engeniswe ngokwedlulela kumbhalo wokungena ngaphakathi, ngakho kusungula ukuxhumana koxhumano lwama-drive okuhambisa izinhlelo zemisebenzi zeqembu lokuqala ngokuzenzekela lapho umqalisi ngokushesha eqalwa khona.

Ukumba le nkinga i-drive yoxhumano kumele ixhunywe ngokudlulela emisebenzini yesistimu. Uma lokhu kungenzeki, isixhumanisi esisetshenzisiwe ukubiza umqalisi osheshayo singagudluzwa eqenjini lesistimu noma umqalisi osheshayo angakhubazwa um kufakwa isiteshi sokusebenza. Uma umphathi wesistimu esemukhubazile umqalisi osheshayo ngesikhathi sokufakwa koxhumanon, ngakhoke Umqalisi osheshayo angeke akhethwe ngumsebenzisi ekufakweni okuzayo kwesitesho sokusebenza.

Amapheshana Abalulekile Okungenisa

Ngenxa yenkinga ngaphakathi Kwebhulogo Lokungenisa i-Java (TM) kumele umise eyaseduze isistimu yokusebenza "Esingisini (United States)" noma "(EN-us)". Ilesi silungiselelo kuphela esikuvumekla ukuba usebenze ngezinhlelo zemisebenzi ezingenjeno-Mbhalo Osondeziwe. (Yazi: uhlelo lwemisebenzi ye -WindowEyes alusebenzi nge-OpenOffice.org, ngoba ayiyixhasi i Ukutholakala okuyi-API kweJava.)Ibhulogo Lokungenisa iJava (TM) efakwe ngalenguqulo yokungenisa entsha ayisebenzi kahle ngemiyalelo yeJava eyejwayelekile.

Ukusondezwa kombhalo okuyisikwele sa-Ai 7.11

Uma ufuna ukusebenzisa Umbhalo Osondeziswe Oyikwele we-Ai nge-OpenOffice.org 1.1, udinga inguqulo engu-7.11 noma ngaphezulu. Usuku lokulayishwa Kombhalo Osondeziwe Oyisikwele we-Ai kumele libe ngale kwa- June 12, 2002 ukuze libe nohlelo lwemisebenzi oluthuthukisiwe.

Ishintsha Uhlobo lwamagama Loxhumanisi Womsebenzisi

Kwi-OpenOffice.org ungakwazi ukushintsha uhlobo lwamagama olusetshenziswe ekuvezweni kwesikrini ngokufaka esikhundleni uhlobo lwamagama olwahlukile olufakwe kwisistimu yakho. Lkhu kungeniwa ngokusebenzisa indlela yokubuyisela uhlobo lwamagama. Khetha Amathuluzi - Izinketho- OpenOffice.org - Ukufakwa esikhundleni Kohlobo lwamagama ukuze lendlela isebenze.

Ukushintsha uhlobo lwamagama lomxhumanisi womsebenzisi we-OpenOffice.org, kumele ubuyisele esikhundleni uhlobo lwamagama lwendalo "Andale Sans UI" ngolunye uhlobo lwamagama ebese umaka isilungiselelo "sanjalo" salokhu kubuyiselwa.

Bhekisa Kusizo lwe-OpenOffice ukuthola incazelo ejulile yengxoxo.

Izinkinobho zezindlela ezimfushane

Okhiye bezindlela ezimfushane (inhlanganiselo kakhiye) abangasetshenziswa kwisistimu yokusebenzusa bangasetshenziswa kwi-OpenOffice.org. Uma inhlanganiselo kakhiye kwi-OpenOffice.org. ingasebenzi njengoba kuchaziwe Osizweni lwe-OpenOffice.org, bheka ukuthi indlela emfushae isisetshenzisiwe kwisistimu yokusebenzisa. Ukulungisa ingxabano yaloluhlobo, ungashintsha okhiye besistimu yakho yokusebenzisa . Ngokungenjalo ungashintsha nanoma imuphi ukhiye onikeziwe kwi-OpenOffice.org. Ukuze uthole ulwazi oluningi mayelana nalesisihloko, iya ku Usizo lwe-OpenOffice.org. noma ukufakwa oshicilelweni Losizo lwesistimu yakho yokusebenzisa.

Izinkinga uma uthumela Ushicilelo njengamaposi ekhomputha asuka kwi-OpenOffice.org

Uma uthumela ushicilelo ngokudlula kwi 'Ifayela -> Thumela-> Ushicilelo njenge Posi lekhomputha' noma 'Ushicilelo olunjengokunamathiselwa kwe-PDF' izinkinga zingenzeka (uhlelo lwemisebenzi lungasebenzi boma lulenge obala). Lokhu kungenxa yokuthi ifayela lesistimu ye-Windows ye-"Mapi" (Yomxhumanisi Wokubhala uhlelo lwemisebenzi Womyalelo Wokuthumela umyalezo) ungabanga izinkinga kwezinye izinguqulo zefayela. Ngebhadi, inkinga angeke icishiswe ibe yinombolo yenguqulo ethile. Ukuthola ulwazi oluningi vakashela i-http://www.microsoft.com ukufuna Isiqu Solwazi lwe-Microsoft lwe-"mapi dll".

Isebenzisa Ikhodi Lolwazi

I-OpenOffice.org isebenzisa Ikhodi Lolwazi ukudala kanye nokuqaqa ukufakwa kwe-OpenOffice.org kanye nokupakishwa kanye nokuthululwa kwesakhelo sefayela le-OpenOffice.org XML. Izinhlelo zamafayela Ekhodi Lolwazi (ZIP, UnZip kanye nezinye izingxenye) zityatholakala mahhala futhi zingasetshenziswa kwikhodi lemvelaphi futhi nanjengohlelo lwemisebenzi oluphumelelisekayo. Zingatholakala ngokuvakashela iziza eziyimfihlo ze-FTP njenge-ftp.uu.net:/pub/archiving/zip/*.

Ikhodi Lemvelaphi Elisetshenzisiwe/Elilungisiwe

Izingxenye Zelungelo lokushicilela 1998, 1999 James Clark. Izingxenye Zelungelo Lokushicilelala Lenhlanganiseli Yezokuxhumana ye-Netscape 1996, 1998.

Ungajoyin

Umphakathi we-OpenOffice.org ungazuza kakhulu ekuzinikeleni kwakho ekuthuthukisweni kwalomsebenzi wemvelaphi evulelekile.

Njengomsebenzisi, usuyingxenye ebalulekile yokuthukiswa kwenqubo yokusebenza futhi sithanda ukukugqugquzela ukuba uthathe iqhaza elikhulu ube nombono wokuba umnikezeli wesikhathi eside Emphakathini. Siza ujoyine ebese ubheka ikhasi lomsebenzisi e-:www.openoffice.org

Ukubhalisa

Siza uthathe isikhathi esincane sokuqedela inqubo yokubhalisa Yomphumela uma ufaka ingaphakathi lekhomputha. Ngenkathi ukubhalisa kungaphoqelekile,siyakugqugquzela ukuthi ubhalise ngoba ulwazi luvumela umphathi ukuthi wenze iphakethe lengaphakathi lekhomputha kanye nekheli eliqondile Umsebenzisi alidingayo. Ngomgomo Wangasese, Umphakathi uqinisekisa ukugcina ulwazi lwakho lwangasese. Uma uphuthelwe ukubhalisa ekufakwe , ungabuya futhi ubhalise nanoma ingasiphi www.openoffice.org/welcome/registration-site.html

Ukuthola ulwazi Lomsebenzisi

Kukhona futhi Umbuzo Womsebenzisi etholakala ngaphathi koxhumano esikukhuthazayo ukuthi uligcwalise. Iphepha lemibuzo Yomsebenzisi lisiza i-OpenOffice.org ikuba isebenze ngokushesha ekumiseni umgangatho wokudalwa kwesizalwane esisha sehhovisi. Ngalo mgomo Wangasese, Umphakathi we-OpenOffice.org uqinisekisa ukuvikeleka kolwazi lwakho lwangasese.

Bika Amagciwane & Nezinkinga

Isiza se-web ye-OpenOffice.org sethula i-IssueZilla, okuyindlela yethu yokubika, yokulandela, kanye nokuxazulula amagciwane kanye nezinkinga. Sigqugquzela bonke abasebenzisi ukuba bazizwe benelungelo futhi mamukelekile ukubika izinkinga ezingavela esakhiweni sakho. Ukubikwa kwezinkinga okunomdlandla kuyiqhaza elibalulekile Umphakathi Womsebenzisi ongalithatha ekuthuthukisweni okuqhubekayo kanye nasekwenziweni ngcono kwehhofisi.

Joyina

Nalu uhlu lokuthumela iposi lomsebenzi ongawujoyina e www.openoffice.org/mail_list.html

Joyina owodwa noma eminingi Imsebenzi

Ungakwazi ukwenza umahluko omkhulu kulomsebenzi obalulekikle wemvelaphi evulekile nomangave unolwazi oluncane mayelana nokwakhiwa kwengaphakathi lekhomputha noma okokufaka ikhodi. Yebo, wena!

Ungeyenaumthuthukisi, zama Umsebeni Wokufaka ushicilelo noma Wezemakethe. Umsebenzi Wezemakethe we-OpenOffice.org ifaka amaqhinga amadala kanye nawasenduloukuvula imvelaphi yengaphakathi lekhomputha, futhi sikwenza ngazozonke izilimi kanye nemibandela yezamasiko, ngakhoke ungasiza ngokusakaza izwi kanye nokutshela umngane wakh mayelana nalokhu.

Ungasiza ngokujoyina i-Abezokuxhumana Nokusakazwa kanye Nokuxhumana Nabelwazi lapha:http://marketing.openoffice.org/contacts.html Lapho onganikeza khona ukuxhumana kokuthintana nabezindaba, umphakathi, imikhakha kahulumeni, abasebenzi, izikole, Amaqembu Abasebenzisi be-Linux kanye nabathuthukisi bomphakathi oseduze kanye nelizwe lakho.

Ukuxhaswa Komsebenzisi

Ukuthola usizo ngokwasehhovisini kwe-OpenOffice.org 1.1, buka imiqulu yemisebenzi esivele isiphenduliwe ohlwin lokuthumela iposi lwe-'users@openoffice.org'www.openoffice.org/mail_list.html. Uma kungenjalo, ungathumela imibuzo yakho e- users@openoffice.org. Khumbula ukujoyina ohlwini ukuze uthole impendulo yeposi lekhomputha.

Bheka futhi isigaba se-FAQ, thola esandleni sangakwesokunxele uphawu lokungea ekhasini lasekhaya le-OpenOffice.org. Imibuzo ejwayelwe ukubuzwa ibhalwe lapha.

Indlela Yokuqala

Indlela engcono yokulekelela ingukujoyina olulodwa noma oluningi uhlu lokuthumela iposi, linda okwesikhashanam, ebese usebenzisa kancane imiqulu yeposi ukuzejwayeza nezihloko eziningi ezidingidwayo kusukale ekukhishweni kwekhodi lemvelaphi le-OpenOffice.org eyasungulwa ngo-October 2000. Uma usukwejwayele u, okudinga ukwenza ukuba iposi lakho lizazise ebese usuyangena. Uma usuyejwayele imisebenzi ye-Open Sourc, bheka uhlu lwethi lokwenziwayo ebese ubona ukuthi kukhona yini ongathanda ukusisiza ngakho www.openoffice.org/dev_docs/todos.html.

Sethemba ukuti ukuthakasele ukusebenza nge-OpenOffice.org 1.1 entsha kanye nokusijoyina phakathi koxhumano.

Umphakathi we-OpenOffice.org