Yagcinwa ukuvuselelwa ngo-2003 August 11
Ukuthola ukuvuselelwa okusha kuleli fayela lefunda mina, buka www.openoffice.org/welcome/readme.html
Msebenzisi Othandekayo
Leli fayela liqukethe ulwazi olubalulekile mayelana nalolu hlelo lwemisebenzi. Siza ufunde lolu lwazi ngokucophelela ngaphambi kokuqala umsebenzi.
Umphakathi we-OpenOffice.org, obhekene nokuthuthukiswa kwalomsebenzi,uthanda ukukumema ukuba uthathe iqhaza njengelunga lomphakathi. Njengomsebenzisi omusha ungabheka isiza se-OpenOffice.org esinolwaziolusizayo lomsebenzisi e www.openoffice.org/about_us/introduction.html Funda futhi leziqendu ezingezansi zokuthola ukujoyina umsebenzi we-OpenOffice.
Izidingo Zesistimu:
Ubunzima bokuqala i-OpenOffice.org (e.g. ukulengisa imiyalelo) kanye nezinkinga zokuvezwa kwesikrini zibangwa umshayeli wekhadi lemidwebo. Uma lezi nkinga zenzeka, siza uvuselele umshayeli wekhadi lakho lemidwebo noma zama ukusebenzisa umshayeli wemidwevbo othunyelwe kanye nesistimu yakho yokusebenzisa. Ubunzima obuvezwa ngamalunga angu-3D bungaxazululwa ngokukhubekisa ukhetho "Vula OpenGL" ngaphansi 'Amathuluzi - Izinketho - Umbukiso - Umbukiso ongu-3D'.
Ungafaka i-OpenOffice.org 1.1 ecaleni kwenguqulo endala ye-OpenOffice.org. Ungakhetha ngesikhathi esizayi ukukhipha inguqulo endala ye-OpenOffice.org, kumele ubize uhlelo lwemisebenzi lokufakwa kwenguqulo entsha ebese ukhetha 'Lungisa'. Lokhu kuqinisekisa ukuthi inguqulo entsha ibhaliswe ngokulungile kwisistimu yakho.
Siza wazi ukuthi ukukhipha kanye nokunamathisela ngokwedlulela phakathi kwe-OpenOffice.org 1.0 kanye ne-OpenOffice.org 1.1 kungase kungasebenzi kwisakhelo se-OpenOffice.org. Uma lokhu kwenzeka, khetha 'Lungisa - Ukunamathisela Okuyikhethelo' ebese ukhetha esinye isakhelo ngaphandle kwe-OpenOffice.org, noma vula ngokuqondile ushicilelo lwe-OpenOffice.org 1.1.
Siza uqiniseke ukuthi unenkumbulo eyanele ohlwini lwamafayela esikhashana kwisistimu yakho nokuthi amalungelo okufunda, okubhala kanye nokusebenza asenikeziwe. Vala zonke izinhlelo zemisebenzi ngaphambi kokuqala ukufakwa.
Uma uhlangabezana nezinkinga zokuqalisa i-OpenOffice.org (kakhuluzi ngesikhathi usebenzisa i-Gnome) siza 'ungamisi' indalo eshintshayo kwi-Menenja-Yesigaba ngaphakathi kwegobolondo olisebenzise ekuqaleni i-OpenOffice.org. Lokhu kungenziwa ngokongeza ulayini we-"ungamisi Imenenja-Yesigaba" ekuqaleni kombhalo wegobolondp lehhovisi otholakala ohlwini lamafayela "[isigcini samafayela]/uhlelo lwemisebenzi".
Ngenxa yenkinga ngaphakathi Kwebhulogo Lokungenisa i-Java (TM) kumele umise eyaseduze isistimu yokusebenza "Esingisini (United States)" noma "(EN-us)". Ilesi silungiselelo kuphela esikuvumekla ukuba usebenze ngezinhlelo zemisebenzi ezingenjeno-Mbhalo Osondeziwe. (Yazi: uhlelo lwemisebenzi ye -WindowEyes alusebenzi nge-OpenOffice.org, ngoba ayiyixhasi i Ukutholakala okuyi-API kweJava.)Ibhulogo Lokungenisa iJava (TM) efakwe ngalenguqulo yokungenisa entsha ayisebenzi kahle ngemiyalelo yeJava eyejwayelekile.
Kwi-OpenOffice.org ungakwazi ukushintsha uhlobo lwamagama olusetshenziswe ekuvezweni kwesikrini ngokufaka esikhundleni uhlobo lwamagama olwahlukile olufakwe kwisistimu yakho. Lkhu kungeniwa ngokusebenzisa indlela yokubuyisela uhlobo lwamagama. Khetha Amathuluzi - Izinketho- OpenOffice.org - Ukufakwa esikhundleni Kohlobo lwamagama ukuze lendlela isebenze.
Ukushintsha uhlobo lwamagama lomxhumanisi womsebenzisi we-OpenOffice.org, kumele ubuyisele esikhundleni uhlobo lwamagama lwendalo "Andale Sans UI" ngolunye uhlobo lwamagama ebese umaka isilungiselelo "sanjalo" salokhu kubuyiselwa.
Bhekisa Kusizo lwe-OpenOffice ukuthola incazelo ejulile yengxoxo.
Okhiye bezindlela ezimfushane (inhlanganiselo kakhiye) abangasetshenziswa kwisistimu yokusebenzusa bangasetshenziswa kwi-OpenOffice.org. Uma inhlanganiselo kakhiye kwi-OpenOffice.org. ingasebenzi njengoba kuchaziwe Osizweni lwe-OpenOffice.org, bheka ukuthi indlela emfushae isisetshenzisiwe kwisistimu yokusebenzisa. Ukulungisa ingxabano yaloluhlobo, ungashintsha okhiye besistimu yakho yokusebenzisa . Ngokungenjalo ungashintsha nanoma imuphi ukhiye onikeziwe kwi-OpenOffice.org. Ukuze uthole ulwazi oluningi mayelana nalesisihloko, iya ku Usizo lwe-OpenOffice.org. noma ukufakwa oshicilelweni Losizo lwesistimu yakho yokusebenzisa.
Izinguqulo ezingaphansi kuka- 3.6, isistimu yefayela le-ReiserFS ibanga inkinga mangabe i-ID yomsebenzisi ingaphezulu kuka- 65535. Inkinga ukuthi amafayela aesikhashana agcinwe yi-OpenOffice.org angeke agudluzwe nguhlelo lwemisebenzi ngokwalo, kodwa ngumphathi wesistimu ongakwazi.(e.g. /tmp/OSL_PIPE_xxx ). Umphumela wukuthi i-OpenOffice.org angeke iqaleke. Inkinga ikwisistimu yefayela le-ReiserFS futhi isilungisiwe kwinguqulo ye-3.6 kanye nangaphezulu.
Kwisilungiselelo sendalo, ukukhiywa kwefayela kucishiwe kwi-OpenOffice.org. Ukusebenzisa , kumele umise indalo eshintshayo efanele SAL_ENABLE_FILE_LOCKING=1 ebese uhweba ngaphandle i SAL_ENABLE_FILE_LOCKING. Lezi zingeniso sezikwisimo esikhubaziwe efayeleni lombhalo wehhovisi.
Isexwayiso: Ukunyakazisa ingxenye yokukhiya ifayela kungabanga izinkinga nge-Solaris 2.5.1 kanye no- 2.7 esetshenziswe nge-Linux NFS 2.0. Uma indalo yesistimu yakho inalemibandela, siyatusa ukuthi ukugweme ukusebenzisa ingxenye yokukhiya ifayela. Uma kungenjalo i-OpenOffice.org izolenga uma uzama ukuvula ifayela elisuka efayeleni ohlwini lwamafayela olunyusiwe lwe-NFS olusuka kwikhomputha yakho ye-Linux.
I-OpenOffice.org isebenzisa Ikhodi Lolwazi ukudala kanye nokuqaqa ukufakwa kwe-OpenOffice.org kanye nokupakishwa kanye nokuthululwa kwesakhelo sefayela le-OpenOffice.org XML. Izinhlelo zamafayela Ekhodi Lolwazi (ZIP, UnZip kanye nezinye izingxenye) zityatholakala mahhala futhi zingasetshenziswa kwikhodi lemvelaphi futhi nanjengohlelo lwemisebenzi oluphumelelisekayo. Zingatholakala ngokuvakashela iziza eziyimfihlo ze-FTP njenge-ftp.uu.net:/pub/archiving/zip/*.
Izingxenye Zelungelo lokushicilela 1998, 1999 James Clark. Izingxenye Zelungelo Lokushicilelala Lenhlanganiseli Yezokuxhumana ye-Netscape 1996, 1998.
Umphakathi we-OpenOffice.org ungazuza kakhulu ekuzinikeleni kwakho ekuthuthukisweni kwalomsebenzi wemvelaphi evulelekile.
Njengomsebenzisi, usuyingxenye ebalulekile yokuthukiswa kwenqubo yokusebenza futhi sithanda ukukugqugquzela ukuba uthathe iqhaza elikhulu ube nombono wokuba umnikezeli wesikhathi eside Emphakathini. Siza ujoyine ebese ubheka ikhasi lomsebenzisi e-:www.openoffice.org
Siza uthathe isikhathi esincane sokuqedela inqubo yokubhalisa Yomphumela uma ufaka ingaphakathi lekhomputha. Ngenkathi ukubhalisa kungaphoqelekile,siyakugqugquzela ukuthi ubhalise ngoba ulwazi luvumela umphathi ukuthi wenze iphakethe lengaphakathi lekhomputha kanye nekheli eliqondile Umsebenzisi alidingayo. Ngomgomo Wangasese, Umphakathi uqinisekisa ukugcina ulwazi lwakho lwangasese. Uma uphuthelwe ukubhalisa ekufakwe , ungabuya futhi ubhalise nanoma ingasiphi www.openoffice.org/welcome/registration-site.html
Kukhona futhi Umbuzo Womsebenzisi etholakala ngaphathi koxhumano esikukhuthazayo ukuthi uligcwalise. Iphepha lemibuzo Yomsebenzisi lisiza i-OpenOffice.org ikuba isebenze ngokushesha ekumiseni umgangatho wokudalwa kwesizalwane esisha sehhovisi. Ngalo mgomo Wangasese, Umphakathi we-OpenOffice.org uqinisekisa ukuvikeleka kolwazi lwakho lwangasese.
Isiza se-web ye-OpenOffice.org sethula i-IssueZilla, okuyindlela yethu yokubika, yokulandela, kanye nokuxazulula amagciwane kanye nezinkinga. Sigqugquzela bonke abasebenzisi ukuba bazizwe benelungelo futhi mamukelekile ukubika izinkinga ezingavela esakhiweni sakho. Ukubikwa kwezinkinga okunomdlandla kuyiqhaza elibalulekile Umphakathi Womsebenzisi ongalithatha ekuthuthukisweni okuqhubekayo kanye nasekwenziweni ngcono kwehhofisi.
Nalu uhlu lokuthumela iposi lomsebenzi ongawujoyina e www.openoffice.org/mail_list.html
Ungakwazi ukwenza umahluko omkhulu kulomsebenzi obalulekikle wemvelaphi evulekile nomangave unolwazi oluncane mayelana nokwakhiwa kwengaphakathi lekhomputha noma okokufaka ikhodi. Yebo, wena!
Ungeyenaumthuthukisi, zama Umsebeni Wokufaka ushicilelo noma Wezemakethe. Umsebenzi Wezemakethe we-OpenOffice.org ifaka amaqhinga amadala kanye nawasenduloukuvula imvelaphi yengaphakathi lekhomputha, futhi sikwenza ngazozonke izilimi kanye nemibandela yezamasiko, ngakhoke ungasiza ngokusakaza izwi kanye nokutshela umngane wakh mayelana nalokhu.
Ungasiza ngokujoyina i-Abezokuxhumana Nokusakazwa kanye Nokuxhumana Nabelwazi lapha:http://marketing.openoffice.org/contacts.html Lapho onganikeza khona ukuxhumana kokuthintana nabezindaba, umphakathi, imikhakha kahulumeni, abasebenzi, izikole, Amaqembu Abasebenzisi be-Linux kanye nabathuthukisi bomphakathi oseduze kanye nelizwe lakho.
Ukuthola usizo ngokwasehhovisini kwe-OpenOffice.org 1.1, buka imiqulu yemisebenzi esivele isiphenduliwe ohlwin lokuthumela iposi lwe-'users@openoffice.org'www.openoffice.org/mail_list.html. Uma kungenjalo, ungathumela imibuzo yakho e- users@openoffice.org. Khumbula ukujoyina ohlwini ukuze uthole impendulo yeposi lekhomputha.
Bheka futhi isigaba se-FAQ, thola esandleni sangakwesokunxele uphawu lokungea ekhasini lasekhaya le-OpenOffice.org. Imibuzo ejwayelwe ukubuzwa ibhalwe lapha.
Indlela engcono yokulekelela ingukujoyina olulodwa noma oluningi uhlu lokuthumela iposi, linda okwesikhashanam, ebese usebenzisa kancane imiqulu yeposi ukuzejwayeza nezihloko eziningi ezidingidwayo kusukale ekukhishweni kwekhodi lemvelaphi le-OpenOffice.org eyasungulwa ngo-October 2000. Uma usukwejwayele u, okudinga ukwenza ukuba iposi lakho lizazise ebese usuyangena. Uma usuyejwayele imisebenzi ye-Open Sourc, bheka uhlu lwethi lokwenziwayo ebese ubona ukuthi kukhona yini ongathanda ukusisiza ngakho www.openoffice.org/dev_docs/todos.html.
Sethemba ukuti ukuthakasele ukusebenza nge-OpenOffice.org 1.1 entsha kanye nokusijoyina phakathi koxhumano.
Umphakathi we-OpenOffice.org